AMAPHOYISA AQINISEKISE UKUSHONA KOWESILISA ENDAWENI YOKULALA NGASE-WHITE RIVER KHONA LA-MPUMALANGA

EZOMPHAKATHI

7/25/20231 min read

Kubizwelwe abalisa endaweni yesgameko lapho kutholakale khona isidumbu owesilisa eshonile ngase White River.

Kanti Ngokusho kokhulumela amaphoyisa esfundazweni, u Brigadier Selvy Mohlala, uveze ukuthi bathole iskhalazo mayelana necala lokubulala esitholwe ngo mhla zingamashumi amabili nane kuJulayi 2023, entathakusa yangoLwesibili.

Ngenkathi amaphoyisa wafika endaweni yesgameko athole owesilisa omhlophe ngokwebala elele phansi eboshwe izandla nezinyawo zombili kanye nomlomo. Ubese waphuthunyiswa emakhazeni kahulumeni.

Lona owesilisa kutholakale ukuthi ubengunogada kulena ndawo yokuvakasha.