IMEYA YESIGUNGU SE MSUKALIGWA LOCAL MUNICIPALITY UNIKEZE ABAHLALI BAKWAZANELE EXTENSION 6 IMIGQOMO ENGU-245.
EZOMPHAKATHI


Mhlazingu- 17 kuNtulikazi 2023— IMeya u-Alderwoman Nkosi ehambisana noSomlomo, uKhansela NS Xaba, uSotswebhu woMkhandlu, u-Alderwoman PT Sibeko, uMMC kanye namaKhansela endawo banikezele ngemigqomo kadoti engu-245 kubahlali base Extension-6 KwaZanele edolobheni lase Bryten ebebegcwele etendeni ngesikhathi abanye bejabulela ubukhazikhazi ngaphandle kwetende.
Abadala abayisithupha baphinde bathola izingubo zokulala kanye nekhekhe njengengxenye yokugubha lolu hlelo lwe-#MandelaDay2023.
Source: MLM Facebook page