INKAMPANI EPHEHLA UGESI KULELI ISIMEMEZELE UKUNQAMUKA KUKAGESI KWESIGABA SESIHLANU

EZOMPHAKATHI

7/25/20231 min read

Inkampani ephehla ugesi kuleli u-Eskom usememezele isigaba sesihlanu sokunqamuka kukagesi kuleli esizoqala ngehora lesibili namuhla (24 July 2023) ntambama kuze kube ihora lesihlanu ngoLwesibili (25 July 2023) ekuseni. Bese kuqhubeka isigaba sesine kuze kube kukhishwa esinye isimemezelo.

Lokho kusho ukuthi sekumi ngalendlela ukuhamba kukagesi edolobheni lase Ermelo namuhla:

19h00 - 23h30