KUTHUNGATHWA ABOSOLWA NGOKUDUTSHULWA KWABANTU ENELSPRUIT.

EZOMPHAKATHI

4/25/20231 min read

Namhlanje ekuseni endaweni yase-Nelspruit kumgwaqo i-Percy Fitzpatrick, eMbombeni khona laMpumalanga ngehora lesi-7. Kube nesigameko sokudutshulwana.

Omunye walawa madoda olimele kanzima uphuthunyiswe esbhedlela, kanti uyalulama. Ngenkathi kwenziwa ucwaningo bekungaziwa imbangela okanye udweshu nkanye nembangela yalesi sigameko. Kanti abekho abasaboshiwe okwamanje mayelana nalokhu kudubulana.

Abasolwa kutholakala ukuthi yilabo ababambe imoto ethwala imali namhlanje ekuseni kumgwaqo u-R537 ngaphandle kwe Sabie.

Ama-Phoyisa azotholakala kuyo yonke imgwaqo ku-N4. Emva kwesigameko sokuphangwa kwemoto ethwala imali. Indawo ekwenzeke kuyo lesi sigameko ibuthiwe kanti kutholokale ama-Automatic rifle cartridges angena lutho ngaphakathi.

Kuthiwa Uma kukhona onolwazi ngabasolwa, okanye kukhona akubonile akungasiza amaphoyisa angaxhumana ne Bossies Community Justice kunombolo yabo elandelana engalendlela -082 567 5212.